Jump to content

Wikimedia:About/zu: Difference between revisions

From Wikimedia Foundation Governance Wiki
Content deleted Content added
Abasebenzi be Wikimedia Foundation bangathinta ithimba labaphathi ngesiteshi sangaphakathi se $1 Slack
Ikhasi le Wikimedia Foundation Governance Wiki ku Meta Wiki
 
Line 49: Line 49:
== {{int string|See also}} ==
== {{int string|See also}} ==


* [[:m:Special:MyLanguage/Wikimedia Foundation Governance Wiki|<span lang="en" dir="ltr" class="mw-content-ltr">Wikimedia Foundation Governance Wiki page on Meta-Wiki</span>]]
* [[:m:Special:MyLanguage/Wikimedia Foundation Governance Wiki| Wikimedia Foundation Governance Wiki Wiki]]
[[Category:All{{#translation:}}| ]]
[[Category:All{{#translation:}}| ]]

Latest revision as of 22:51, 7 July 2024

Siyakwamukela ku Wikimedia Foundation Governance Wiki lapho i Wikimedia Foundation nezinhlangano zayo ezihlobene yenza kutholakalele umphakathi izinhlobo eziningi zokubusa nezinto ezihlobene nenqubomgomo.

Siyakwamukela

Siyabonga ngokuba lapha!

Le wiki ayilandeli ncamashi imithetho efanayo namanye amaphrojekthi e Wikimedia njengoba ayivulekele bonke ukuze ihlelwe futhi uma kuba nokungavumelani indlela yokwenza izinqumo izosingathwa abasebenzi noma Ibhodi le Wikimedia Foundation Yabaphathiswa.

Iphethwe Wikimedia Foundation abasebenzi nosonkontilekaikakhulukazi ngaphakathi Communications kanye Legal iminyango.

Inkwelasu

Main page: Wikimedia:Scope

This wiki makes publicly available multiple governance and policy related materials from the Wikimedia Foundation, such as:

It also stores the archives of the no longer actively used or maintained Foundation Wiki content.

Ama-akhawunti kule wiki

Akha ubulungu
Main page: Wikimedia:Accounts policy

Ngo Okthoba 2021 wonke ama akhawunti abhalisiwe kwamanye ama wikis ephrojekthi ye Wikimedia athole ukufinyelela kokuhlela kunkulumo namakhasi abasebenzisi ale wiki futhi akwazi ukusekela ukuhunyushwa kokuqukethwe kwale wiki kwezinye izilimi ngaphandle kwesiNgisi.

Ukuhlela emakhasini avamile wokuqukethwe kukhawulelwe kuma akhawunti omhleli agunyaziwe.

Abaphathi kule wiki

Abalawuli ngaphambilini ibihlanganisa izinhlobonhlobo zezisebenzi zeSisekelo namavolontiya angewona awe Foundation Kusukela ngo-May 2013 ibhodi leSisekelo kuphela namalungu ezisebenzi angaba ngabalawuli kule sayithi (yize ukuphatha isikhashana kwabasebenzi abangewona Isisekelo kungase kwenzeke ezimeni ezithile). Abaphathi kanye global sysops nabo banamalungelo omlawuli kule wiki.

Ithimba labaphathi eliyinhloko

Kusukela ku 6 uNhlaba 2024 ithimba eliwumgogodla labaphathi elibhekele ngokuyinhloko ukusebenza nokugcinwa kwe Wikimedia Foundation Governance Wiki

Ithintwa ithimba labaphathi elingumongo

Noma ubani one akhawunti ebhalisiwe angathumela Babel noticeboard yale wiki egadwa njalo ithimba labaphathi abayinhloko Ungasebenzisa futhi ithempulethi engu {{Edit request}} ukwenza isicelo sokuhlela ikhasi elithile Uma kudingeka ungaxhumana nomnyango weWikimedia Foundation wokuxhumanisa Communications nge imeyili:talktocomms@wikimedia.org

Abasebenzi be Wikimedia Foundation bangathinta ithimba labaphathi ngesiteshi sangaphakathi se #governance-wiki Slack

Bheka futhi